|
Gatsheni
Nsizwa yamabutho! Igcokama likaSomkhele lisekhona la kwelikaMthaniya. Ngisadla ngoludala wethu. Ngisashaya uzamthilili woqobo!
Ave niyajabula nina esenivuleke umqondo ngokuwela phesheya kwezilwandle. Thina sisazidlela wona umoba wethu lo.
Phila kodwa zinyane leSilo.
uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa
inkwali yenkosi
umcondo yegusha
Inxangiphilile
KwaDlangezwa
KwelikaMthaniya
__________________
uShamase wangempela!
Umqwashisi - impohlo engenankinga!
Igcokama likaNdonga.
Isishwapha sikaSomkhele.
Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
Futheka mnyekefuli.
Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!
|