
yemadoda madoda,uyazi uma nithinda indaba yezithakazelo ngifikelwa ngumunyu nosizi uma ngicabanga ukuthi mina ezakithi ibongo zakwaMbokazi angizazi, ngivese ngifise sengathi nami ngingazibiza kuhle kwenu izibongo zakwaDonda.
Ngicela ningisize zakwethu ningitholele izithakazelo zakwaMbokazi,nginga jabula kakhulu.
Obhalile,uMbokazi.