Thread: Izithakazelo
View Single Post
  #23 (permalink)  
Old 4th April 2005, 16:43
mbokazi mbokazi is offline
Registered User
 
Join Date: Mar 2005
Posts: 16
hhawu!! mta-kababa nxese phela ngokwephuza ukuphendula,engikwaziyo nje ngazi kuthiwa Mbokazi,Donda kuphelile njalo uyazi isono lesi kodwa,hhayi ngethembe ukuthi uzongisiza,sengibuya kolibrary koInternet lutho phela,omkhulu nogogo sebegugile abakhumbuli lutho olutheni.

Nginga jabula kakhulu uma ungangisiza funa mhlawumbe nami ngihambele phezulu ngithi umangiphendula ucingo ngibize ezakwethu ngize ngithi hooo!!!! ngihlabe phansi ngonyawo ngigiye.
Reply With Quote