|
izithakazelo
ngicela ongacacisa ngezithakazelo zakwaNdlela ngokulandelana kwazo. Ngikhuluma ngabaseMalangeni, oMathabatha, mavubangethusi, mabel'ehlezi ...
Kungaba yisibusiso uma ekhona ongaphinde acacise ngokungananazi ngoSompisi ...
ngiyabonga
mlungisi
|