|
|||
|
Quote:
Thina bo MATSHINGA SATSHINGA OSHELENI KWACOSHA ABAFOKAZANE ![]() |
|
|||
|
Makhathini
Yayinhle lento, Nazi ezakithi. Kithi sincike kakhulu kuXulu, uMkhumbe no Gubese, noMtshahe. Asisondele kangako kuMncwabe. Ungangibuzi ukuthi yini, nami kaluncela ebeleni lololwazi. Uqaphele-ke ukuthi lezi ezakwaXulu ngokomthetho, kodwa abakwaXulu, abakithi.
Xulu - Makhathini! Mnguni! Gxabhashe! Nonkosi! Mazalankosi! Ngokuzal’uNozulu. Sidangu bungebuhlalu. Maweza, ziwele zawela. Impofana zawel’uThukela, Wohlo! Mathambo agcwal’izintaba. Donda! |
|
|||
|
Ngicela ningisize ngezithazelo zakwaSokhela eziphelele.Mina ngazi lezi kuphela.Sokhela,nzuza,mshazi,mahlobo,nzuza elihle elimconjwana.Angazi ukuthi kuqhutshekwa kuthiweni.
Ngiyabonga Maqhinga Sokhela |
|
|||
|
Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwaSokhela eziphelele.Mina ngazi lezi kuphela.Sokhela,nzuza,mshazi,mahlobo,nzuza elihle elimconjwana.Angazi ukuthi kuqhutshekwa kuthiweni.
Ngiyabonga Maqhinga Sokhela |
![]() |
| Thread Tools | Search this Thread |
| Display Modes | Rate This Thread |
|
|