|
|||
|
brothers
ngiqela usizo ngezithakazelo zakwa HLOPHE AND ZIMU IF YOU KNOW REPLY ME ON THIS
email endro.hlophe@eskom.co.za |
|
|||
|
Abakwa Ncobela
Quote:
Mina ngazi kuthiwa: Shawuza!!!, Shawuz'oshisayo!!! oshisemuva nganga phambili Qobodwana Somdibela uthandomthandayo, ongamthandi uyamkhahlela umacash'ehlungwini njengeSongololo kashayeki ushayeka ngamatshe kuphela uMuth'ongothiwa owothiwa zinsizwa kuphela umagawulw'ahlume njenge sihlahla soMhlakothi Nkomo zabo ziningi zikhulela emaDuneni Nina bakaSikhunyana!!! >>> Abanye bathi: Mnguni!!! Shawuza!!! Shawuza Shebelele Shisemuva nangaphambili Nina bakaMazimba!!! >>> abanye bathi: Mnguni!!! Shawuza!!! Nina baseCebeleni eningahambi ngandlela ngoba ihamba abafokazana umahamb'anhlanhlathe njenge Nkala-nkala wen'okhany'ebumnyemni Nina bakaVundisa!!! Nina bakaMnyayi!!! >>> abanye bathi: Shawuza!!! Shabalala, Donga lwaMavuso Nina bakaMcaba!!! |
|
|||
|
Ncobela, Ngcobela
Quote:
Nina eningafi ngaMkhonto enishayeka ngamatshe kuphela |
|
|||
|
Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa Ngubonde, futhi nginga thokoza kakhulu uma ngingaxuma nabakwakithi Kwa Ngubonde e KZN. Kuthiwa abakwa Ngubonde badabuka eNanda KZN. Inobolo yami yoncingo ithi 078 613 4152, ungabuye uxumane nami nge E-mail: godfrey.ngubeni@yahoo.com noma godfrey.ngubeni@live.co.za
|
![]() |
| Thread Tools | Search this Thread |
| Display Modes | Rate This Thread |
|
|