Announcement

Collapse
No announcement yet.

Izithakazelo

Collapse
X
 
  • Filter
  • Time
  • Show
Clear All
new posts

  • Izithakazelo

    I don't know if this is a pretty good idea but I thought that it would be so nice if we could have i post yezi "thakazelo" zethu, just ukuzikhumbuza ekhaya u know.I know amaZulu would love this, I'm not sure ngabanye, I mean abe Sotho, Tswana, Pedi, Shangaan,etc.etc.Perhaps I should start with mine uNdlovu,Gatsheni,Boyabenyathi,uNdlovu iyasithela! Anybody is free to add.That way we can help each other ukuze isiko lakwa Zulu lingafi!

    Love for culture,
    Sihle wase Mlazi!

  • #2
    Hayi wêna!!! Nou is ek totally confused!!

    What are you actually saying? I must admit, van hierdie tale weet ek baie min, Just enough to get me into trouble!

    Teach me! Help me. Ek is 'n arme dom Boertjie!!

    Comment


    • #3
      Neahhhh!!!!U're certainly not a dom boertjie,trust me!Infact I'm glad that you are the first one to show interest in this topic.I guess I was wrong when I mentioned the "Zulus" will most defenately go for it.
      I don't know how to begin this but the general meaning of "izithakazelo" is "clan names".I wish I could explain it further but unfortunately I don't have the adequate English words to put it.Perhaps somebody could help me on this one.(U George uyabaleka manje---ha!ha!ha!ha!ha!)
      Thanx 4 ur interest Soois!

      Comment


      • #4
        Thanx!

        Well I think it's high time for me to learn an African Language. Which one should I go for? I live on the West Rand.

        Comment


        • #5
          MAGATSHENI

          Mina ke ngiyintombi yakwa Zulu. Intombi zakwa Zulu uzibona ngefiga!!!
          I liked your idea of 'izithakazelo'

          Here's mine noma ngingeke ngisiqede:
          Mthembu - MVELASE, OWAVELA ENYANDENI, WADLA AMATHIWANE NOMA INDLALA IWILE...

          I'd like to here more people with their own. I bet even the Afrikaans have something similar to this. To those who are trying to figure out what this is: It's an elaboration of one's last name. Most names are derived from other names. The Zulu's used this a lot back in the tribal days as an introduction to whom they were when meeting someone or entering someones home. It almost showed a sense of pride for who you were and what you stood for. (This is a rough explanation but explains the basic idea.)
          Join in if you know what we're talking about.

          Comment


          • #6
            Hey

            JA man, ek is ook n dom boertjie. But I live in Canada right now. I lived in the eastern cape so i know a LITTLE BIT of Xhosa, that's it (like Molo and stuff). So ek wil ook n bietjie goed leer. Do u reccomend Zulu or Xhosa Magatsheni?

            Comment


            • #7
              Which one?

              Comment


              • #8
                I'm back.Magatsheni is now Boyabenyathi---make note of that. Thanx mhambi, way'shaya lento!) I'm Zulu Springboksa.
                Fluent in Xhosa as well.I go with both.
                Cheers..........nuthin' but luv 4 my people!

                Comment


                • #9
                  I see people do not want to engage themselves in this rich and beautiful'traditional love song' of ours.

                  Comment


                  • #10
                    Izithakazelo

                    I found this site by complete mistake. I was searching on google.com for izithakazelo zakwaMtshali and it too me here.

                    I like the idea you have proposed. Ezakithi: Hlabangane, Magalela gase njengengonyama, Mantshinga.

                    I end there o if anyone has more knowledge on izithakazelo zakwaMtshali, I would appreciate you letting me know.
                    "Ubuthongo Bokuvilapha Bungasembathi"
                    (Lazy drowsiness must never envelop us)

                    One of my favourite Zulu sayings/prayers.

                    Comment


                    • #11
                      I also like the idea very much and encourage/invite others to post their clan names as well. My surname is Chamane. Ezinye zezithakazelo zami zithi: "Nzama, Gcugcwa, Hosiyane, Makhaliph ajike esangweni"

                      Comment


                      • #12
                        Welcome to the board Majozi. Where in SA are you from? My mom grew up in Empangeni, she speak Zulu pretty well. I grew up close to Jozi however, so I do not.

                        Comment


                        • #13
                          Hi Liz
                          I was born in Soweto and grew up there, did my primary education at KZN(Esikhawini)and my high school also at KZN(Amanzimtoti). I'm now based and settled in Cape Town.

                          Comment


                          • #14
                            Izithakazelo - a list

                            This is an amazing topic. I wish that I was involved a long time ago!

                            We have a long list of Izithakazelo - clan names - for anyone interested. We would alos be delighted if you had some more to add.

                            The list is comprehensive in terms of the amounts of names - however only the popular or common ancestral names are listed.

                            please e-mail me with "Izithakazelo list" please to my personal e-mail address brian@africa-dreams.com or visit our website on http://www.africa-dreams.com for more articles on SA diversity issues.

                            Comment


                            • #15
                              Bandla lakwethu

                              Mabandla kaMjokwane kaNdaba
                              Nina bakaPhunga noMageba
                              Nina beSilo
                              Nina bakaMthaniya
                              Nina enimpisholo ngebala - nimhlophe ngenhliziyo!

                              Nginibingelele bandl' eliphakathi. UmfokaMkhwanazi lona, inkwali yenkosi, uShamase wangempela, uMtubatuba kaSomkhele, uVeyane, uMpangazitha, uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa, uNdonga uqobo lwakhe.

                              Mzwakwethu, indaba yezithakazelo lena ingivusa usinga namadlingozi. Kuvele kuthi angishaye uzamthilili woqobo, ngithathe iqhabanga nomdlelo ngigiye ngibize abakithi. Awu suka madoda! Nokuncwada sengincwadile!

                              Bakwethu, izithakazelo zakithi ziningi kabi. Angikwazi ukuziphimisa ngiziqede kulengosi. Okusemqoka nje ukuthi nginicaphunele ngamafuphi kulenqolobane yomcebo wakwaNdonga.

                              Akeningitsheleke izindlebe zenu. Nakho ke ngibiza abakithi mina gcokama laseMtubatuba, iwundlu leSilo sohlanga:

                              Nkwali yenkosi
                              Nina bakaNkanankana
                              Unondela mzimb’ owanik’ abafokazana
                              Bunz’ ekhul’ elagedl’ imihanga
                              Layigedl’ eMabuzabuzane
                              Nina bakwaMthakath’ owathakath’ emini
                              Abanye bethakath’ ebusuku
                              Nina bakwaNkom’ isengwa ngokuqhubela
                              Kumabandla kaNjokwe
                              Nina bakaSakha lukhalweni lwabathakathi
                              Abakude bobuya khona
                              Nina bakaMbundu
                              Nina bakaShiy’ osefile
                              Nina bakaNdonga
                              Ngubonhloko
                              Abanye bazithwele
                              Abanye bazibelethe
                              Mpangazitha!
                              Nin’ eningaweli ngezibuko
                              Kodwa niwela ngezihlenga zolwandle
                              Nina basegud’ inkomo
                              Nina bakaNyamula kaMgabhi kaBohla
                              Nina bakwaNyathi ijamele kwaMzilikazi
                              BakwaNtaba kayikhonjwa
                              Ikhonjwa ngabazakuyakhel’ imizi
                              Nina bakaMaqhamasela njengelanga
                              Nina bakwaMtubatuba


                              Ayidle ishiyele ezinye mzwakwethu.

                              Okumhlophe kinina nonke babhemu.

                              Ayinamhlabeli.

                              uMntongenakudla kaNgogwane waKwaDlangezwa
                              inkwali yenkosi
                              umcondo yegusha

                              Inxangiphilile
                              KwaDlangezwa
                              KwelikaMthaniya
                              uShamase wangempela!
                              Umqwashisi - impohlo engenankinga!
                              Igcokama likaNdonga.
                              Isishwapha sikaSomkhele.
                              Yangcol' into ngayintshinga - bayicosha abafokazana!
                              Futheka mnyekefuli.
                              Ngiwuphula ngamabomu umoya wakho - yilento ekubulalayo!

                              Comment

                              Working...
                              X